[Verse 1: Simmy]
Wemama nobaba kuphele izinyanga
Ngingaveli ekhaya, ekhaya
Ngithembe niyaphila bo
Kusinda kuyehlela, kuyehlela
Ngize ngicabange nokubuyela kwelakithi, kwelakithi bo
Kodwa ngizoyibamba iqine
Ngoba ngiyazi ukuthi nethembe mina
Thembe mina
[Chorus]
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
[Verse 2: Stone]
Hhe maye na babe
Kupheletinyanga ngingavel'ekhaya
Ngiyethemba niphilile bo
Kusindsa kuyehlela yo yo yo
Sengicabanga kubuyelemuva
Sengicabanga ukubuyelakithsi
Kepha ngitomamba ngicine
Ngoba ngiyati netsembe mina
[Chorus]
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
[Outro]
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' incwadi encane, incwadi encane