Verse1:
Is'khathi sami sonke nawe
Bes'gcwele injabulo njalo
Konke ebengik'dinga ngingak'swele
Ngiyazi indaba yami nawe
Ay'phelanga kamunandi
Ngak'phula inhliziyo, ngithethelele
Ngang'ngaboni ngangingazi
Ukuthi uyis'busiso sami
Ngak'xhaphaza, ngak'laxaza shwele...
Chorus:
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni, ng'zohlala ethembeni...
Ngihlale ngithandaza kanje
Verse2:
Seng'khulile, seng'bonile
Seng'hambile, seng'fundile
(Uthando ol'njengolwakho al'velele) bvs
Ngiyazi ngak'cekela phansi
Ngiyaz'vuma zonke izono zami
Manje ngiyangqongqoza ngivulele
Vula inhliziyo, vula inhliziyo yakho
Vula inhliziyo... ngiyancenga nje ooh (Ngihlale ngithandaz')
Chorus
Bridge/Breakdown:
Ngeke ngiphinde, ngeke ngilinge
Ngik'lahle... ngiyak'thembisa x2
Mungangipha ithuba nje
Sthandwa siyofa silahlane
Ngiyasho ngingowakho njena x2
Chorus (repeat, fade)